Click Here To Join Us On Telegram For Fast Updates

LYRICS: Fakaloice – Angzazi

Fakaloice-–-Angzazi

Fakaloice – Angzazi Lyrics. 

Fakaloice Angzazi Lyrics.

(Chorus)

Nkulunkulu min’izitha zam angzazi [x2]

Ngoba mangkhala zikhala kanye nami

Noma nghleka zihleka kanye nami

[Verse 1]

Mangshona le nabashona le

Nkulunkulu ngcela ungvikele

Iksasa anglaz ukuth lingphathelen

Umhlaba unezitha ziphelele

Thatha ama chance laphaka i-flag

Bonke ngbafilisa i-pressure

Nyusan i-pace

Banye bavala amagate

Angnamali

Emphakathini bakhala nami

Angnawo maningi

Mangfika ngfika nezinja zami

Ngthe masengfikile

Bakhombana bodwa bath angena amanz’endlin [x2]

(Chorus)

Nkulunkulu min’izitha zam angzazi [x2]

Ngoba mangkhala zikhala kanye nami

Noma nghleka zihleka kanye nami

(Verse 2)

Mina ngphush’iphupho lami

Bafuna konke okungokwam

Nghlel’iphansi ngyacabanga

Kahle kahle uban’ogcwale ngam?

Angi understandi

Bafethu animeni

Emakhonen’inkulumo azipheli

Zwelana nam ngaphakathi u happy

Why why why?

Bafeth animeni now now now…

Impilo yam ngisebenzele

Kunini ngigudla ntwana ngbekeze

My enemies ayangphazamisa

And my family is all I need…

(Chorus)

Nkulunkulu min’izitha zam angzazi [x2]

Ngoba mangkhala zikhala kanye nami

Noma nghleka zihleka kanye nami