UNCATEGORIZED

LYRICS: Berita – Makhumalo ft. Bekezela

Berita ft Bekezela – Makhumalo Lyrics.

Berita Makhumalo Lyrics.

 

Ooooo oooo ooo

Ooooo oooo ooo

Makhumalo masishade sithandwa sam

Ukushela yikwenza nje

Oh mina ngizibonela umshado

Makhumalo

nalingi yo sheri nangai

Ukushela yikwenza njee

Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni ukudlala ngawe

Angifuni kucitha isikhathi

Angifuni ukudlala ngawe,Angifuni ukudlala ngawe,Angifuni ukudlala ngawe

Angifuni kucitha isikhathi

Ukuqala kwam ukukubona

Amehlo akho angihlaba izinhliziyo

Umoya wami wavuma

Ukukushela yikwenza nje nje

Sengizothumela abomalume

me Ngobe nguwe umama ekhaya engimkhethileyo

Makhumalo masitshade sithandwa sam

Ukushela yikwenza nje

Oh mina ngizibonela umshado

Makhumalo

nalingi yo sheri nangai

Ukushela yikwenza nje e

Bazojabule Ekhaya , uzojabula mama

Ubaba sengimtshelile , indaba yakhona iyamchaza

Thumela omalume

Sthandwa sam ngiyakuthanda, akukho okudlula lokho

Thumela omalume

Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni ukudlala ngawe

Angifuni kucitha isikhathi

Angifuni ukudlala ngawe,Angifuni ukudlala ngawe,Angifuni ukudlala ngawe

Angifuni kucitha isikhathi

Makhumalo masitshade sithandwa sam

Ukushela yikwenza nje

Oh mina ngizibonela umshado

Makhumalo

nalingi yo sheri nangai

Ukushela yikwenza nje e

We makhumalo

We mambulazi

WeMzilikazi

Ntombemhlophe ngabomu

Wena owadla abafokazi

Ubayenga nge tsaku

Ngifuna wena wedwa

Inkomo Zikhona

futhi ngizozishaya ziphelele

We Makhumalo

Ngifuna wena wedwa

Ntombeemhlophe

Ntombeemhlophe

Ntombenhle

Sqabhobho

Sqamula amayezi

Ufana lelanga liphuma

Ngifuna wena wedwa

Related Articles

Leave a Reply

Your email address will not be published.

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.

Back to top button